Khansela noma ushintshe isipho esiphindaphindayo

From Donate
Revision as of 15:23, 19 December 2022 by TGorski2 (WMF) (talk | contribs) (Added language based on yearly refresh of Donor Support Pages)
(diff) ← Older revision | Latest revision (diff) | Newer revision → (diff)
Jump to navigation Jump to search

Khansela noma ushintshe isipho esiphindaphindayo

Siyawazisa umnikelo wakho e-Wikimedia Foundation nokusekela ulwazi lwamahhala. Siyazi ukuthi ngezinye izikhathi izimo zingashintsha futhi akunakwenzeka ukuqhubeka nomnikelo ophindaphindayo. Ukuze ukhansele noma ushintshe ukuthumela kwakho njalo sicela ulandele imiyalelo engezansi. Sicela ungazifaki izinombolo zekhadi lakho le-credit noma eminye imininingwane yezimali lapho usithinta.

I-PayPal

  • Sicela uthumele i-imeyili e-donate@wikimedia.org usho nokuthi hlobo luni loshintsho ongathanda ukulwenza kanye nemininingwane eminingi kangangokunokwenzeka mayelana nesipho sokuqala njengokuthi:
    • I-imeyili ehlobene ne-akhawunti yakho ye-PayPal
    • Igama eliphelele olisebenzisile
  • Uzothola isiqinisekiso se-imeyili uma ushintsho selwenziwe ngokuphelele.
  • Sicela ungazifaki izinombolo zekhadi lakho le-credit noma eminye imininingwane yezimali lapho usithinta.

IKhadi Le-credit

  • Sicela uthumele i-imeyili e-donate@wikimedia.org usho nokuthi hlobo luni loshintsho ongathanda ukulwenza kanye nemininingwane eminingi kangangokunokwenzeka mayelana nesipho sokuqala njengokuthi:
    • I-imeyili oyisebenzisele iresidi yomnikelo
    • Igama eliphelele olisebenzisile
  • Uzothola isiqinisekiso se-imeyili uma ushintsho selwenziwe ngokuphelele.
  • Sicela ungazifaki izinombolo zekhadi lakho le-credit noma eminye imininingwane yezimali lapho usithinta.

Uma unikela ngekhadi le-credit/debit, kwezinye izimo abasingathi bekhadi le-credit bayasazisa lapho imininingwane yekhadi (kuhlanganise nosuku lokuphelelwa yisikhathi) ibuyekezwa, ukuqinisekisa ukuthi umnikelo awuphazanyiswa. Uma unemibuzo ngalokhu, sicela uthinte umhlinzeki wakho wekhadi le-credit ukuze uthole ulwazi olwengeziwe.